Yini ukumiselwane ingane?

Ukumiselwa ingane or umntwana kuyenzeka uma nihluleka ukuthola abantwana noma ake sithi uyahluleka ukukhulelwa noma ukhulelwa amantombazane wodwa awumtholi umfana usulahle ithemba. Niya enyangeni inenzele umuthi yenzeni nezinye izinto ezithinta amadlozi enu, ingane ibelethwe inkinga iqala lapha ekutheni ingane eyakubo kwenyanga sekumele ikhishwe ngezindlela zakhona, cha ngizobeka ngesizulu ingane isuke izelwe ngubaba nomama wayo kodwa inyanga enyenze amakhathakhatha nokunye okwenza ukuthi omoya wengane ube ngowesibongo sakwanyanga leyo, sekumele iphume kuqala, leyongane kuke kuncokolwe kuthiwe ingane yembiza kuthiwa igula njalo leyongane iyahlupha impela.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp